Izithakazelo zakwa-Dube
Dube elimthende, Nzwakele, Khushwayo, Maqhama, Lushozi, Mbuyazi akathekeli kubafokazane sithekela kwandodakazi, Silwane esihle,
Nyamazane edlela ohlangeni Mageza ngobisi abanye begeza ngodaka
Ngikhuleka kni makhosi endulo wena obhok'olungaphathwa izingane



















