Izithakazelo zakwa Sambo
Izithakazelo zakwa Sambo Kwazulu-Natal
Sambo Nomleti kamaDinane Zonk’izizwe zithi Mlete nina baka Nyoka Eyakhwel’ emthini IngenaziNyawo Mcangcanyana.
Nina baka Nyathela NgeziThende abanye Banyathela ngezinzwane Ovika Mkhonto abanye Bevika ngeziNduku.
Nhlala mathunzini MaNgophoza Shwawu William.
View On WordPress
















