Ukwazi Izigaba Ezintathu Zomsebenzi KaNkulunkulu Kuyindlela Yokwazi UNkulunkulu
seen from Netherlands
seen from Algeria
seen from United States
seen from Hungary
seen from Japan

seen from Malaysia

seen from France
seen from China
seen from Italy

seen from Malaysia

seen from Italy

seen from Canada
seen from Malaysia
seen from Canada
seen from United Kingdom

seen from Italy

seen from Canada
seen from Türkiye
seen from China

seen from Yemen
Ukwazi Izigaba Ezintathu Zomsebenzi KaNkulunkulu Kuyindlela Yokwazi UNkulunkulu
Indaba Eyiqiniso Ngomsebenzi ENkathini Yokuhlengwa
https://insindiso.ucoz.org/blog/the_truth_concerning_the_work_in_the_age_of_redemption/2019-08-28-91
I. Umyalo KaNkulunkulu Ku-Adamu
I. Umyalo KaNkulunkulu Ku-Adamu
(UGenesise 2:15-17) INKOSI uNkulunkulu yase imthatha umuntu, yambeka ensimini yase-Edene ukuba ayilime futhi ayinakekele. Futhi iNKOSI uNkulunkulu yamyala umuntu, yathi, Kuyo yonke imithi yensimu ungadla ngokuthanda kwakho: Kepha kuwo umuthi wokwazi okuhle nokubi, ungadli: ngoba ngosuku oyodla ngalo kuwo uyakufa nokufa.
South African Christian Music "Ukudala KukaNkulunkulu Umhlaba" (Zulu Subtitles)
UGenesise ulandisa ngendlela, ekuqaleni, uNkulunkulu adala ngayo umhlaba ngokumangalisayo. Lesi siqephu sebhayisikobho yobuKristu sikwethulela isenzo esimangalisayo sikaNkulunkulu sokudala umhlaba.
Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.
Impilo Yangokomoya Elungile Ibuyisela Abantu Endleleni Eyiyonayona
Impilo Yangokomoya Elungile Ibuyisela Abantu Endleleni Eyiyonayona
Nisahambe ibanga elincane kabi endleleni yekholwa elikholelwa kuNkulunkulu, futhi nisazongena endleleni eyiyona, ngakho liselide kakhulu ibanga ngaphambi kokufinyelela ezingeni likaNkulunkulu. Kodwa manje, isimo senu asenele ukuba nihlangabezane nezimfuno zaKhe. Ngenxa yesimo senu kanjalo nemvelo yenu enizelwe nayo eyonakele, ngaso sonke isikhathi niphatha umsebenzi kaNkulunkulu ngokunganaki futhi ningawuthatheli phezulu. Nansi into eyinkinga yenu enkulu enisilele kuyona. Phezu kwalokho, anikwazi ukuthola indlela kaMoya oNgcwele. Iningi lenu aliqondi futhi alikwazi ukukubona lokhu ngokucacile. Nangaphezu kwalokho, iningi lenu alikunaki lokhu, futhi alizimisele nakakhulu ngalokhu. Uma niqhubeka nokuziphatha ngale ndlela futhi ningawazi umsebenzi kaMoya oNgcwele, lapho-ke indlela eniyithathayo njengamakholwa kuNkulunkulu izoba yize leze. Lokhu kungenxa yokuthi anenzi konke okusemandleni enu ukugcwalisa intando kaNkulunkulu, futhi anisebenzisani kahle noNkulunkulu. Akukhona ukuthi uNkulunkulu akakasebenzi kuwena, noma ukuthi uMoya oNgcwele akakakushukumisi. Ukuthi wenza izinto ngokunganaki futhi awuwuthatheli phezulu umsebenzi kaMoya oNgcwele. Kufanele ushintshe izinto ngokushesha bese uhamba indlela eholwa nguMoya oNgcwele. Lesi yisihloko esiqavile sanamuhla. Le "ndlela eholwa uMoya oNgcwele" ukuba abantu bathole ukukhanyiseleka emoyeni wabo, babe nolwazi ngezwi likaNkulunkulu, bathole ukucaciseleka ngendlela ephambi kwabo, futhi bakwazi ukungena eqinisweni kancane kancane, bese bethola ukumqondisisa uNkulunkulu. Indlela eholwa nguMoya oNgcwele ngokuqavile ukuba abantu babe nokuqonda okucacile izwi likaNkulunkulu, kungekho kuphambuka kanye nezinkoleloze ukuze bakwazi ukuhamba kuyona. Ukuze nikwazi ukufinyelela kulesi simo, kuzodingeka nisebenze ngokubambisana noNkulunkulu, nithole indlela eyiyo enizohamba ngayo, futhi nihambe ngendlela eholwa nguMoya oNgcwele. Lokhu kufuna ukubambisana ohlangothini lwabantu, okusho ukuthi, enikwenzayo ukufeza izimfuno zikaNkulunkulu ngani, kanye nendlela eniziphatha ngayo ukuze ningene endleleni efanele yokukholwa kuNkulunkulu.
Imithetho YeNkathi Entsha
Indlela Yokukhonza Ngokuvumelana Nentando KaNkulunkulu